Emphandwini Wezingonyama

R 420

Estimated delivery Approx. 36 Working Hours

Contributors/ Author: Sbahle Mhlongo

ISBN: 978-1-0672480-7-9

Kulendaba sithola umndeni wakwaNgcobo owabe uneplazi elikhulu endaweni yaseMthwalume ukhukhulwa yizikhukhula ezabe zinamandla kakhulu. UMandlakayise Ngcobo nonkosikazi wakhe uMaNgubane batholakala sebengasekho emhlabeni kodwa ingane yabo uNokuthula ayitholakali, okwenza abantu bakholwe ukuthi nayo idlulile emhlabeni. Manje kudingakala ukuthi uMacaleni, umfowabo kaMandlakayise abuye eGoli nonkosikazi wakhe nezingane azothatha ifa likamfowabo. Uma kusabalala amahemuhemu amayelana noNokuthula, uMaGumede, unkosikazi kaMacaleni akahlalisekile kahle ngoba lezi zindaba azizwayo zimshayisa ngovalo lokuthi angalahlekelwa yikho konke lokhu abesethi yifa lezingane zakhe. Uyaqala uthatha uyabeka ukuthi kambe angenzenjani ukuthi kungamphunyuki ezandleni lokhu asekusebenzele kangaka.

100% Original Products
Cash on delivery might be available